0:00
0:00

-Reset+

Isahluko 134

1 Igama lokukhuphuka. Bhekani, nibonge uJehova nina nonke zinceku zikaJehova enimi endlini kaJehova ebusuku.
2 Phakamiselani izandla zenu endlini engcwele, nimbonge uJehova.
3 UJehova makakubusise eseSiyoni, yena owenzile izulu nomhlaba.